Real Talk With Jola

SamaJobe
Mar 18, 2022

Created and Written by Sthembike Thee Majola

Executive and Content Producer: SamaJobe

Sthembike Thee Majola.

Sengathi beningathatha le mali enikhendla ngayo ezinyangeni and uplift yourselves empilweni, uyazi ngabe nikude nempilo!

It is so low ukufaka omunye umuntu wesifazane osheliwe njengawe isichitho, akuwenzi umqondo serious. Uyazi uke ubone umuntu ehlala ku-1 room wathayela nezingane ezintathu kodwa umatasa uyathakatha engabe uzama ukwakha, afunde if possible.

For the fact that uhambe wayoshela omunye umuntu ukhona, it is simply means akakuhloniphi futhi akakuthandi lowo muntu. The least you could is to walk away ngoba futhi ukuthakatha intombazane ihambe okay, but still you did not eliminate the problem ngoba usanayo leyo ndoda yakho.

Sengathi beningazithanda nina kuqala, nizifisele okuhle, ngaleyondlela nizokwazi ukubona abantu abafanele ukuba sezimpilweni zenu nabangafanele👏

Imicabango nje 😢🚶‍♀️

--

--

SamaJobe

South African 🇿🇦| Based in India 🇮🇳| Qualified Journalist | Actor/FB: Sama Jobe IG&Twitter: @iamsamajobe