Real Talk With Jola

SamaJobe
Mar 11, 2022

Created and written by Sthembile Thee Majola
Executive and Content Producer : SamaJobe

Sthembile Thee Majola.

There was this post that was shared by abantu abaningi, which was talking about R500 that was sent by uBaba wengane kuthiwa mncane.

There was nothing wrong ngaleya mali ngoba iwona mandla ayenawo kunokuthi angakhiphi lutho, but mncane vele ngoba thina sihlala nazo izingane so we know Ukuthi how much expenses we incur ngenyanga for umntwana but ukuzama akoni.
Omunye waze wathu mina ngingamshaya ngayo ebusweni, ngase ngiba buhlungu ngoba kukhona abangatholi ngisho isenti leli lesondlo wena ukhaphela umzamo womuntu. 🥺

Enye into, ukukhulisa umntwana okwethu sobabili as abazali bonntwana, if ekhiphe u-R500 nawe ngokunjalo uhlanganise ne-Grant, that child has about R1460 for a month. Usuyabonake ukuthi manibambisene angakhuliseka umntwana? 😊Alikho ithuna lendlala, asibambisane for the sake of our children.

Imicabango nje 😏🚶‍♀️

--

--

SamaJobe

South African 🇿🇦| Based in India 🇮🇳| Qualified Journalist | Actor/FB: Sama Jobe IG&Twitter: @iamsamajobe